Перейти к содержимому

UMama WaseZulwini iJerusalema, uMthombo wamanzi okuphila | IBandla likaNkulankulu

World Mission Society Church of God / Global

0:00 / 0:00

UMama WaseZulwini iJerusalema, uMthombo wamanzi okuphila | IBandla likaNkulankulu

164 просмотра · 1 день назад
World Mission Society Church of God / Global
146 тыс. подписчиков
164 просмотра · 1 день назад
UNkulunkulu Usanikeza uMoya Ongcwele Ezindaweni Lapho Kugujwa Khona uMkhosi wamaDokodo Labo abakholwa kuNkulunkulu kumele bagcine uMkhosi wamaDokodo ngokwezimfundiso zikaNkulunkulu. Lokhu kungenxa yokuthi uNkulunkulu wathi ngomphrofethi uZakariya, uzonikeza uMoya Ongcwele kulabo abagcina uMkhosi wamaDokodo, alethe isijeziso kulabo abangawugcini. Ibandla likaNkulunkulu Ligcina uMkhosi wamaDokodo, LinoMoya noMlobokazi, Abanikeza Amanzi Okuphila Ekubuyeni kokuqala, uJesu wanikeza uMoya Ongcwele; ekubuyeni kwesibili, uMoya noMlobokazi banikeza uMoya Ongcwele ngoMkhosi wamaDokodo. Iziphrofetho zeBhayibheli ezithi, “uMoya noMlobokazi banikeza amanzi okuphila,” “amanzi aphilayo ayogeleza ephuma eJerusalema,” nokuthi “umfula wamanzi okuphila ugeleza uvela esihlalweni sobukhosi sikaNkulunkulu” zibikezela ukuthi iJerusalema, uMama WaseZulwini, uzonikeza uMoya Ongcwele nezimfundiso eziholela ekuphileni. Kwase kusondele umkhosi wabaJuda, owamadokodo. Kepha ngosuku lokugcina olukhulu lomkhosi uJesu wema wamemeza wathi... Okholwa yimi, njengokusho kombhalo, esiswini sakhe kuyakugobhoza imifula yamanzi aphilayo.” Washo lokho ngoMoya abazakumamukela abakholwa nguye... NgokukaJohane 7:2–39 UMoya nomlobokazi bathi: “Woza!” Nozwayo makathi: “Woza!” Nowomileyo makeze; othandayo makathabathe amanzi okuphila ngesihle. IsAmbulo 22:17 [Le vidiyo inegunya lobunikazi Yenhlangano Ethunywe Ezweni iBandla likaNkulunkulu. Ukukopisha nokusabalalisa okungagunyaziwe akuvunyelwe.] 〖World Mission Society Church of God〗https://watv.org 〖WATV Media Cast〗 https://watvmedia.org/