Icilongo levangeli 199 | ENtabeni Yendlu KaJehova Kuyabonelelwa (Gauteng branch) | 26/05/2024
Mlungisi Jali
0:00 / 0:00
Icilongo levangeli 199 | ENtabeni Yendlu KaJehova Kuyabonelelwa (Gauteng branch) | 26/05/2024
2 251 просмотр · 2 года назад
Mlungisi Jali
2,23 тыс. подписчиков
2 251 просмотр · 2 года назад
199
SESIZWILE
1 Sesizwile izindaba Zombuso omkhulu Masidele okomhlaba, Sam'kel' okwezulu
Chorus: Thina sonke simenyiwe
Ukuz' edilini
Nengubo siyinikiwe
Ivel' eNkosini
3 Masingabi namazaba Sizilandulele. Sam'kele ngokwethaba, Umem' olungcwele. 4 Ngoba uma sesinqaba Ukuz' emthimbeni, Idlule kithi lendaba, Imem' ezizweni
5 Iyogcwala indlu yakhe, Kuvalwe emnyango Owudele um'sa wakhe, Uphandle kwesango.
6 Lapho bazokhala, bethi: "Nkosi, sivulele!" Kepha yophendula ithi: "Dedani, niye le!"
K.J.J.